Ithonga lamanzi
Idlozi lamanzi liyazithwasisa awudingi ukuya kugobela uyothwasa ngaphandle
uma kuyilona elishoyo ukuthi iya kulowogobela futhi mancane amathuba okuthi lisho kanjalo.
Idlozi elizithwasiselayo leli ungakhohliswa ngabantu bethi bayalithwasisa lapha uthwasa ngaphansi kwamanzi,
kodwa kuyimfihlo akekho ongakutshela ukuthi lithwaselwa kanjani?
Ukuthwasa idlozi lamanzi:
- Ithonga lamanzi liyazithwasisa
- Ithonga lamanzi alinagobela
- Idlozi lamanzi lithwasa ngamaphupho amathonga akho afika ngamaphupho
bekukhombise indlela okumele uyenze uma unesithunywa samanzi ngalinge udlale abant befuna ukuba ugobela wakho
- Amabhayi edlozi lamanzi - liyokukhombisa amabhayi okumele uwafake liphinde likukhombise nengubo
okumele uyisebenzise liphinde likukhombise
neminyeko okumele uyigqoke nemigqwambo yakhona liphinde likunike nesiziza noma impophoma oyolapha kuyona abantu
izihloko zedlozi
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
izincazelo zamaphupho
Iziwasho nemithi
izithakazelo
izisho nezaga
Amagama esizulu izincazelo